Imindeni okwabonakala ukuthi ihlala eduze kwemayini noma leyo esemhlabeni imayini ezonabela kuyo eminyakeni edlule ibiloku inikwa imizi emisha emhlabeni weKangra, kude nalapho kusetshenzelwa khona. Le misebenzi …
Read MoreKusukela ngoJanuwari kuya kuSepthemba iKangra ithenge impahla engaphezu kuka-R535.86 million ezinkampanini ezimi kahle uma kuziwa kwi-Black Economic Empowerment (i-BEE). Kulindeleke ukuthi uthi uphela lo nyaka le mali …
Read MoreIMenenja ye-Logistics and Siding u-Bruce Ince isihlale eKangra kusukela ngo-2017 kanti isebenze iminyaka engaphezu kwewu-20 embonini yezimayini zamalahle. Ubhekene nokuphatha i-Panbult Siding e-Piet Retief, eqhele …
Read MoreEkupheleni kuka-Agasti 2019, iKangra ibisisebenze amahora awu-2 319 611 kungekho sigameko sokufa komuntu futhi iklonyeliswe ngalokhu wumkhandlu obhekelela ezokuphepha ezimayini, i-Mine Health and Safety Council …
Read MoreUkuba khona kwabantu abawelisana umgwaqo kuneqhaza elimqoka ekuqinisekiseni ukufundiseka kwabantu ngokuphepha emgwaqweni kanti babalulekile ekuqiniseni ezokuphepha kwabafundi bethu ezikoleni …
Read MoreUMalibongwe Gumbi, ono- 27, ukhushulelwe ekubeni wunjiniyela wasemgodini eKangra mhla ka-1 Agasti 2019, ngenxa yokusebenza ngokuzikhandla ngaso sonke isikhathi nomsebenzi wakhe omuhle kusukela aqala …
Read MoreIthwasa lezifundo zakwandabazabantu uNondumiso Ngwenya, ono-22, uqeqeshwa ngokugcwele emkhakheni wezakwandabazabantu ohlwelweni lonyaka lokuthwasela umsebenzi eKangra. UNondumiso wenze i-Diploma …
Read MoreUSimo Yende, ono-37, owazalelwa, wakhulela e-Saul Mkhizeville (eyayaziwa nge- Driefontein), okuyidolobha lapho iKangra ikhona, wafunda eVukubone/Qedela Secondary School. “Kwaba mnandi ukubamba iqhaza ohlelweni …
Read MoreUNksz Mahlako Moganedi (38) owumabhalane wezikweletu, uyingxenye yethimba lomnyango obhekele ezezimali eKangra futhi wenza unyaka wesithathu ezifundweni ze-Bachelor of Commerce (i-BCom) kwi- Financial Accounting …
Read MoreIzinkampani zinomsebenzi wokweseka abafundi bakamatikuletsheni, asebeqedile enyuvesi nabasebenzi babo ukuthi bathuthuke empilweni yabo kanjalo nasemsebenzini ngokubanika amathuba okuthi baqhube izifundo zabo …
Read MoreIKangra ihlinzeka iQalani Primary School ngezindlu ezincane eziphephile zesikhashana ukuqinisekisa ukuthi abafundi bakwazi ukufundela endaweni ephephile nehlanzekile. IQalani yisikole somphakathi esise-Saul Mkhizeville …
Read MoreIhholo lomphakathi lase- Kransbank, lapho kuzobanjelwa khona imihlangano yomphakathi, imicimbi yobumnandi neminye imicimbi yomphakathi, lizophela maduze nje. Leli hholo lakhiwa yinkampani yabantu abamnyama …
Read MoreUhulumeni ubuhlinzeka umphakathi wase-Kransbank ngamanzi athathwa emathangini amanzi kodwa akuyona yonke imindeni ebixhunyelwe kula mathangi. Ukulungisa lesi simo, iKangra isebenzise u-R900 000 ukwengeza …
Read MoreU kwakhiwa kwemizi yemindeni engu-23 endaweni entsha exube imizi nezitolo e-Saul Mkhizeville, eMpumalanga, sekuyaphothulwa. Lo msebenzi odle u-R14 million uyingxenye yemizamo yeKangra yokuphucula impilo …
Read MoreBalingani, bosonkontileka nomphakathi abathandekayo, Ngiyajabula ukunethulela ushicilelo lokuqala ngqa leS’fun Ukwazi. Leli bhukwana elingezilimi ezimbili (isiNgisi nesiZulu) sekunesikhathi lihlanganiswa kanti manje …
Read More