Into enkulu esigxile kuyona ukuthi kuhlale kunezinga eliphezulu lokusebenza.
Read MoreUkuduma okungapheli komshini wokumba umba amalahle kungubufakazi bomsebenzi onzima owenzeka eBalgarthen A Shaft.
Read MoreUsuqalile ukuhluma utshani okutshengisa ukuphothulwa ngempumelelo kokulungiswa kukaBlock C eKangra.
Read MoreKusukela esikhathini lapho bebethembela khona eziphethwini nasemifuleni, ushintsho selufikile emindenini engu-30 yaseDonkerhoek esikwazi ukuthola amanzi empompini emagcekini abo.
Read MoreEmizamweni yokuphucula ukuphepha emgwaqweni nokuthuthukisa umnotho, iKangra noMkhandlu waseMkhondlo eMpumalanga bethule uhlelo lokulungisa umgwaqo oluzodla u-R2.9 million.
Read MoreIKangra izimisele ukunyusa izinga layo lezokuphepha emva kokuklonyeliswa ngeMine Health and Safety Council ngokuqeda ama-shift ayizigidi ezintathu kungafanga muntu ngoNovemba wango-2023. UMichael Madonsela, umphathi wezokuPhepha emayini uthi lokhu bakuzuze ngenxa yokubambisana kwawo wonke umuntu ephusheni labo lokufinyelela lapho kungalimali muntu khona. “Umsebenzi wokubambisana kwawo wonke umuntu,” kusho uMichael ogcizelele umsebenzi owenziwayo zonke izinsuku ukuhlola ubungozi kanjalo nobuholi obuyingxenye enkulu yokwenza izinto eKangra.
Read MoreNgaphezudlwana kweminyaka emine edlule, uDoctor Shabangu waqala ukuqashisa ngezindlu zangasese ezingomahambanendlwana eziyisithupha kwikhasimende lakhe lokuqala.
Read MoreUsomabhizinisi waseDriefontein uMsizi Yende wasungula inkampani yakhe eminyakeni eyisithupha edlule ngoba enesifiso sokuba ngumqashi nokwenza umehluko emphakathini wakhe.
Read MoreUkukhulela emhlabeni onothile wasemakhaya eFernie, eMpumalanga, kwenza uLungelo Thwala, owungoti wemvelo, wabanokuxhumana okukhulu nemvelo ngenkathi esakhula.
Read MoreNgesikhathi eqala ukusebenza njengongoti wezemvelo, uMahlatse Monareng wayezimisele okuyiyonanto ehamba phambili namhlanje njengomhloli wezemvelo eKangra.
Read MoreUmsebenzi uBuhle Nzuza angena kuwo ngephutha cishe eminyakeni engu-16 edlule yiwona osuphenduke ubizo lwakhe lwangempela.
Read MoreUmqondo webhizinisi kaVusi Thabethe owasukela ekuboneni impumelelo kamkhulu wakhe kwezamabhizinisi yaholela ekutheni asungule iZamak Construction ngo-2019.
Read MoreNjengoba esebheke umgodi iBalgarthen weKangra, uMusa Ntsele ujabulile ukuhola ithimba lifinyelele empumelelweni elingakaze liyizuze. “Yithina uphiko oluphezulu kule mayini,” usho kanje eqhakambisa imizamo yokubambisana okuyiyona eyenza imayini iqhube ngale ndlela eyenza ngayo yesekwa abalingani nabaphathi.
Read MoreUMduduzi Shoba uzimisele kakhulu kunakuqala ukufeza amaphupho akhe njengoba esebenza eKangra.
Read MoreI-Kangra ibiyenze umviliyelo wezimo eziphuthumayo ngokubambisana ne-Coaltech ne-South African Colliery Managers’ Association.
Read MoreNjengoba enamava eminyaka engaphezu kwengu-20 esebenza ezimayini, umphathi we-shift uXolani Mhlophe kade ayethola ithuba lokucathulisa intsha egcine isingabaholi.
Read MoreUsuku olujwayelekile uma esemsebenzini uLindiwe Mnchunu oyi-roof bolter operator, lusho ukuthi uzama ukusebenza emgodini osuke ungakhanyi okutheni, kunelambu elimkhanyiselayo kancane.
Read MoreOke wanenkinga yokushoda ngamathuba nanokunqindwa imali, uThembelihle Yende waseDonkerhoek uzithole esengomunye wabantu abasha abawu-50 abaqokwe ukuthi bangene ohlelweni lokufundisa amakhono lweKangra ngo-2022 okuholele ekutheni agcine esengumsizi womuntu owenza ugesi emayini.
Read More